Noma kuthiwani!
uNkulunkulu uyakuthanda
ngokungakhethi!

Lezi zincumo eziyisikhombisa ziyasisiza ukuhlephulela abanye uthando lukaNkulunkulu olungakhethi
Uthando luhlala:
1.Lubekezela: uNkulunkulu umela wena ukuthi wenze isincumo esiyiso
2. Linobubele: thanda umakhelwane njengoba uzithanda wena.
3. Lucinisekile: Tjela abanye ngothando analo uNkulunkulu ngabo.
4. Lubekezelela zonke izinto: uNkulunkulu unawe noma impilo yakho inzima
5. Lukholwa zonke izinto: Phani abanye uthando lukaNkulunkulu.
6. Lwethemba zonke izinto: uNkulunkulu unesu elithize ngempilo yakho.
7. Luyema kukokonke: uNkulunkulu uyohla ekuthanda.

Lezizinto eziyingu 7 ezimbi esikhetha ukuzenza zenza ukuthi singatjeli abanye ngothando lukaNkulunkulu
Uthando alusoze:
1. Lubenomona: Ungahawukeli lokho abanye abanakho
2. Ukuchoma: Ungasho ukuthi uncono kunabanye
3. Ugubhela kwesakhe: Ungazami ukuchube indlela yakho
4. Udlame: ungazisho noma wenze izinto ezimbhi
5. Ulaka: Ungathukutheleli abanye
6. Ophangisa athukuthele: ungathukutheli noma ubambe amagcubu
7. Ukwedelela: ungephuli imithetho

1 Korinte 13 : 4 - 8. 4. Uthando luyabekezela, uthando lumnene, alunamhawu, uthando aluzigabisi,aluzikhukhumezi; 5. aluziphathi ngokungafanele, aluzifuneli okwalo, alucunuki, alunagqubu; 6.aluthokozi ngokungalungile, kepha luthokozela iqiniso; 7. lubekezelela izinto zonke, lukholwa yizinto zonke, luthemba izinto ...
Song Lyrics: Amagama engoma: Unconditional Love Uthando olungenamibandela
Heavenly Father Baba wasEzulwini please hear our prayer Ngicela uyizwe imithandazo yethu teach us to love you sifundise ukukuthanda and help us to care futhi usisize ukuba sinakekele So much has happened Kuningi osekwenzekile it's hard to forget kulukhuni okukhohlwa not able to function ngingakwazi ukusebenza we're stuck in the past ngihleli esikhathini sakadeni (Chorus 2x) (Ikhorasi 2x) Unconditional, Ngokungenamibandela, Unconditional, Ngokungenamibandela, Unconditional love Uthando olungenamibandela Brothers and sisters Bafo nabodade How do we forgive Sithethelela kanjani Give your hurts to Him Nikela ubuhlungu bakho Kuye and ask for a chance ngiphinde ngicele ithuba He knows our troubles Uyazazi izinsizi zethu our cares and concerns Ukusidingayo nokukhathazeka He is the answer Uyimpendulo the one example Isibinelo esisodwa (Chorus 2x) (Ikhorasi 2x) Let us follow him (2x) Masimlandele (2x) loving our neighbour Sithanda umakhelwane wethu we have been freed by sikhululiwe ngu Jesus our Savior Jesu umSindisi (Chorus 2x) (Ikhorasi 2x) |
Song lyrics: Amagama engoma: No matter what…I love you unconditionally Noma kuthiwani…ngikuthanda ngokungenamibandela
Not long ago Kungekudala kakhulu there was a day kwathi ngolunye usuku when I believed ngangicabanga ukuthi I was alone ngangingedwa I cried in fear ngakhala ngisozini and I was filled with shame ngangikhwelwe yihlazo For I didn't know love ngoba ngingalwazi uthando and the peace it brings Kanye nokuthula okuza nalo I walked in darkness ngangihamba ebumnyameni and didn't believe ngiphinde ngingakholwa That I could be rid into ngangingakhoni ukuphuma of this terrible pain........but kulobuhlungu obukhulu ….. nokho (Chorus 2x) (Ikhorasi 2x) No matter what noma kuthiwani No matter what noma kuthiwani No matter what noma kuthiwani I love you unconditionally ngikuthanda ngokungenamibandela I prayed to God Ngakhuleka kuNkulunkulu to set me free ukuzr angikhulula Yet I was afraid Nokho ngangesaba He had given up on me Wayesekhathele yimi But he took my hand kodwa wathatha isandla sami and said to me wayesethi kimi No matter what Noma kuthiwane I love you unconditionally Ngikuthanda ngokungenamibandela Now I know manje ngiyazi that I am loved ukuthi ngingothandiweyo and It's time for me kani kuyisikhathi sami to shine again sokuqhakaza futhi (Chorus 4x) (Ikhorasi 4x) |