BABA WETHU
Baba wethu osezulwini Maliphathwe ngobungcwele igama lakho. Umbuso wakho mawufike. Intando yakho mayenziwe emhlabeni njengasezulwini. Awusiphe namhla isinkwa sethu semihla ngemihla. Usithethelele izono zethu njengoba nathi sibathethelela abasonayo. Ungasingenisi ekulingweni kodwa usisindise kokubi. Ameni. |
uJesu ufundisa ukuthi:
uNkulunkulu uNgcwele.
UbuKhosi bukaNkulunkulu buyeza emhlabeni.
Intando kaNkulunku mayenziwe.
uNkulunkulu unginika izidingo zami zinsuku zonke
uNkulunkulu uyangithethelela izono zami.
uNkulunkulu ungisiza ukuba ngithethelele abanye.
uNkulunkulu ungisiza ngikwazi ukuthi cha ezilingweni
uNkulunkulu uyangikhulula ebubini.

uSmiley uthi:
Ngingahlonipha igama likaNkulunkulu.
Ngingalangazelela usuku lokubuya kukaJesu.
Ngingakwazi ukucela uNkulunkulu angifundise ukukhetha kahle.
Ngingthemba ukuthi uNkulunkulu uzongipha ngokwezidingo zami (hhayi izinto engizifunayo).
Ngingakholwa ukuthi uNkulunkulu uyathethelela izono zami umangisho ukuthi ngiyacolisa
Ngingacela uNkulunkulu angisize ngikwazi ukuthethelela abanye izono.
Ngingamucela uNkulunkulu angisize ngingangeni ezingingeni.
Ngingamucela uNkulunkulu angivikele ngaso sonke isikhathi.

SONG LYRICS: AMAGAMA ENGOMA:
DO YOU BELIEVE? UYAKHOLWA NA?
DO YOU BELIEVE…UYAKHOLWA NA?...IN THE WORD OF GOD? EZWINI LIKANKULUNKULU?
DO YOU BELIEVE…UYAKHOLWA NA?...IN THE TESTAMENT? ETESTAMENTENI?
DO YOU BELIEVE…UYAKHOLWA NA?...IN THE VIRGIN BIRTH? OZALWNI LWENTOMBI?
DO YOU BELIEVE…UYAKHOLWA NA?... IN THE WORD MADE FLESH? EZWINI ELENZIWE INYAMA?
(CHORUS) (IKHORASI)
OH, JESUS YOU KNOW THAT I BELIEVE ...OH, JESU UYAZI UKUTHI NGIYAKHOLWA...
OH, JESUS YOU KNOW THAT I BELIEVE ...OH, JESU UYAZI UKUTHI NGIYAKHOLWA

I DO BELIEVE, I BELIEVE, I DO BELIEVE ... NGIYAKHOLWA, NGIYAKHOLWA, VELE NGIYAKHOLWA
DO YOU BELIEVE…THAT HE DIED FOR ME? UYAKHOLWA NA...UKUTHI WANGIFELA?
DO YOU BELIEVE …THAT HE ROSE AGAIN? UYAKHOLWA NA--UKUTHI WAVUKA?
DO YOU BELIEVE… HE FORGIVES YOUR SINS? UYAKHOLWA NA -- UTHETHELELA IZONO ZAKHO?
DO YOU BELIEVE…IN HIS VICTORY? UYAKHOLWA NA...EKUNCOBENI KWAKHE?
(CHORUS) (IKHORASI)
DO YOU BELIEVE…IN THE HOLY GHOST? UYAKHOLWA NA...KUMOYA ONGCWELE?
DO YOU BELIEVE…IN HIS MIRACLES? UYAKHOLWA NA... IZIMANGALISO ZAKHO?
DO YOU BELIEVE…IN HEAVEN ABOVE? UYAKHOLWA NA... YIZULU PHEZULU?
DO YOU BELIEVE…IN OUR SAVIORS’ LOVE? UYAKHOLWA NA... UTHANDO LOMSINDISI WETHU?
(CHORUS 3X) (IKHORASI 3X)