English: Sing along to the video or read the book!
Izandla ngezokubamba
Izandla ngezokubamba

Izandla ngezokubamba

Uma sihlangana

noma seca isitaladi

sihlala phansi ukuba sidle

izandla ngezokubamba

Uma sizizwa sikahle

noma ngithi ubusuku obuhle

futhi ngibambela omunye duzane

izandla ngezokubamba

Uma sesula izinyembezi

noma ngithulisa ukwesaba

noNkulunkulu asisondeza maduze

izandla ngezokubamba