
Ungakhetha kahle uma uthatha Isithelo sikaMoya!
UJesu ufuna ukuthi izinhliziyo zethu zibuswe yiSipho sikaMoya ngokukhetha kahle!

Ngikhetha Uthando uma wanga omunye!

Ngikhetha Ukujabula uma ngimamatheka!

Ngikhetha Ukuthula uma ngithi, "Ngiyacolisa"!

Ngikhetha Ukubekezela uma ngimele ithuba lami!

Ngikhetha Ububele uma ngihlephulela abanye!

Ngikhetha ukulunga uma ngikhuluma iciniso!

Ngikhetha Ukukholeka uma ngikhuluma noNkulunkulu emthandazweni!

Ngikhetha Ubumnene uma nginikela ngosizo kwabanye!

Ngikhetha Ukuzithiba uma ngamukela ukucondiswa!
UJesu uyaziqhenya ngawe futhi uyakuthanda kakhulu!
Khumbula ukucela uJesu akusize ukhethe kahle ngokugcwalisa inhlisiyo ngeSithele sikaMoya!