Omama boKholo
Yiba nathi esifundweni somama
Kuphiliswa kwabaLimele
Ukuvumela uJesu akuthande
Umoya wokubonga
Ukuthembela ohlelweni lukaNkulunkulu
Ukucitha isikhathi noJesu
Ukuhlephulelana noNkulunkulu uthando
Ngiwumama woKholo.
Yiba nathi esifundweni somama
Kuphiliswa kwabaLimele
Ukuvumela uJesu akuthande
Umoya wokubonga
Ukuthembela ohlelweni lukaNkulunkulu
Ukucitha isikhathi noJesu
Ukuhlephulelana noNkulunkulu uthando
Ngiwumama woKholo.

Ukuphilisa Abalimele
UMLAYEZO
ukuthi bazokuvikela baphinde bakuthande kungenzeka bakujabhise, bangethembeki kuwe, bakuyenga, bakulahla.
Noma yini oyenzile, noma okwenziwe kuwe, uJesu uyakuthethelela; uyakuthanda, futhi ufuna ukuthi wena ube naye ekhaya. Ungacabanga ukuthi awukwazi ukuthethelela labo abakulimazayo noma uzithethelele wena. UJesu usifundisa ukuthi ukuthethelela kuyasikhulula.
IBHAYIBHELI
KWABASEROMA 5:15 Kepha isipho somusa asinjengesiphambeko; Ngokuba uma nginjalo ngabanye abaningi, ikakhulukazi nginomusa kaNkulunkulu, nginomusa, uJesu Kristu.
1 KAJOHANE 1:9 Uma sizivuma izono zethu, uthembekile, ulungile ukuba asithethelele izono, asihlambulule kukho konke ukungalungi.
UMKHULEKO
Jesu ngisize ukubangibaxolele labo abangizwisa ubuhlungi ungizise futhi ukuthi ngizixolele mina ngezincumo ezimbi engizenzile. Susa ukuzilila nobuhlungu. Ngiyabonga ukungithanda nokungamukela. Ngicela ungigcwalise ngothando lwakho. Ameni.
UKWENZA
Shono lamagama ngokuzwakalayo:
Ngithethelelwe zonke izono zami
Ngiyakwazi ukuthethelela abanye
Ngelashiwe lapho ngilimele khona
nginekhaya ezulwini
ngizothembela kuJehova
Ngiyazi uJesu uyangicondisa endleleni
Ngiyindodakazi kaNkulunkulu ethandiweyo

Ukuvumela uJesu akuthande!
UMLAYEZO
UJesu ukuthanda ngaphezulu kwalokho okucabangayo. UJesu ukuthanda ngokungemaibandela. Vuma ukuthi ugcwaliswe ngothando lukaNkulunkulu. Ufanele ukwazi ngothando lukaJesu empilweni yakho.
BIBLE IBHAYIBHELI
1 KWABASEKORINTE 13: 4-7 Uthando luyabekezela, uthando lumnene, alunamhawu, uthando aluzigabisi, aluzikhukhumezi; aluziphathi ngokungafanele, aluzifuneli okwalo, alucunuki, alunagqubu; aluthokozi ngokungalungile, kepha luthokozela iqiniso; lubekezelela izinto zonke, lukholwa yizinto zonke, luthemba izinto zonke, lukhuthazelela izinto zonke.
UMKHULEKO
Jesu, ngiphe ukwazi ukuthi kushoni ukuvumela wena ungene enhliziyweni yami. Ngisize ngikholwe ukuthi ngifanele ukugcwaliswa ngothando lwakho. Angibe yisibonelo sothando lukaNkulunkulu. Ameni.
UKWENZA
Vala amehlo akho uvumele uJesu akwange. Mulalele ekutjela ukuthi uyakuthanda. Bheka ukumamatheka kuye ngoba enawe. Thola ukuthokomala esaletha ukuthula nokuphiliswa emphefumlweni wakho. Vumela ukuthula kobukhona bakhe kukwengame.

Isimo Sokuzibongela
UMLAYEZO
Kumalula ukuthi izingcondo zethu zihlale ebuhlungwini balomhlaba. Uma sihlala kulezinkinga ezisempilweni yethu singalahlekelwa ukuconda isibusizo eziningi uNkulunkulu asipha zona nsuku zonke.
IBHAYIBHELI
1 KWABASETHESALONIKA5:18 kukho konke bongani; ngokuba lokhu kuyintando kaNkulunkulu kuKristu Jesu ngani
UMKHULEKO
Jesu, ngicela ukuthi ungisize uma inhliziyo yami igcwele ukuzibongela nothando ingabi nesikhala sokunye.
UKWENZA
Shono ngokuphumisela ka-7 izinto ezikuthokozisayo:
Ngiyathokoza uNkulunkulu wangipha impilo
Ngiyathokoza ukuthi uJesu wafa ukuze angikhulule
Ngiyathokoza ukuthi ngingabakhulekela abanye
Ngiyathokoza ukuthi uNkulunkulu unohlelo ngempilo yami
Ngiyathokkoza ukuthi ngiyindodakazi kaNkulunkulu
Ngiyathokoza ngalolusuku olusha
Ngiyathokoza ukuthi uJesu uyangithanda

Ukwethemba uhlelo lukaNkulunkulu
UMLAYEZO
Kulomhlaba walomuhla sitjelwa ukuthi singakwazi ukuba nanoma yini ngendlela yethu. Umlayezo esiwuzwa nsuku zonke ngezimakethe: Konke kungami. Lemizindlo iletha ukuziqhenya Kanye nezenzo ezigcina zisilimaza Kanye nabanye. UJesu asicela ukuba sifune uhlelo lwakhe ngezimpilo zethu lapho sizothola ukuthula, ukujabula, Kanye nokweneliseka.
IBHAYIBHELI
KWABASEFILIPI 1:6 ngethembile ngempela yona le nto ukuthi owaqala umsebenzi omuhle kinina uyakuwufeza kuze kube lusuku lukaKristu Jesu,
UMKHULEKO
Jesu, ngiyazi ukuthi unohlelo ngempilo yami.Zonke izinto zisebenzelana zibe ngokuhle ngokohlelo lwakho ngempilo yami. Ngisize ngikhumbule ukuthi uma ngedlula obulukhunini empilweni yami, wena ubambe amatomu. Ameni.
UKWENZA
Shono ngokuphumisela:
Jesu makuthi intando yakho, hhayi eyami, yenziwe.

Ukuba nesikhathi noJesu
UMLAYEZO
UJesu ukuthanda ngokungenamibandela. Thola isikhathi namhlanje ukuba uvume ukugcwaliswa ngothando lwakhe. Uyindodakazi ehtandiweyo kaNkulunkulu Naye ufuna ukuba nesikhathi nawe namhlanje.
IBHAYIBHELI
Hebheru 3:14 ngokuba sesingabahlanganyela kuKristu, uma sibambisisa ithemba lethu lokuqala kuze kube sekupheleni.
UMTHANDAZO
Jesu,ngisize nsuku zonke ukuba ngibe nesikhathi sokukuvumela ukuba ungenze kabusha uphinde ungigcwalise ngokuthula nothando lwakho. Ngiyabonga ukungithanda kwakho. Nami futhi ngiyakuthanda. Ameni.
UKWENZA
Citha imizuzwana ufunda iBhayibheli namhlanje
Hlala uthule imizuzwana bese ukhuluma noNkulunkulu
Tjela uJesu ukuthi uyamuthanda Yena
Hlalalela ingoba yokumdumisa.

Ukuhlephulela abanye uthando lukaNkulunkulu
UMLAYEZO
UJesu ungumalusi onamandla ogcogca izimvu Zakhe. UNkulunkulu uletha abantu abathile empilweni yakho ukuze ukwazi ukuhlephulela abanye uthando lukaJesu kubo.
IBHAYIBHELI
Joshuwa 24:15 Uma kukubi emehlweni enu ukumkhonza uJehova, khethani namuhla ukuthi ngubani eniyakumkhonza, noma onkulunkulu ababakhonzayo oyihlo besengaphesheya koMfula,* noma onkulunkulu bama-Amori enihlala ezweni lawo; kepha mina nendlu yami siyakumkhonza uJehova.”
UMTHANDAZO
Jesu, ngicela ukuthi ungiholele kubantwana bakho ofuna ukuthi ngibasize namhlanje. Ngivumele ukubs ngibathande njengokuba ubathanda. Ameni.
UKWENZA
Khonza abanye ngokwenza lokhu:
Hlephulela omakhelwane uthando lukaJesu
Thandaza nomndeni nabangani
Thatha isikhathi ukuzwa izinkinga zomunye
Vakashela loyo uhlala yedwa
Hlephulelana nolambile ukudla
Zinikele ukusebenza esontweni noma endaweni yabangenakhaya
Fundisa isifundo seBhayibheli.

NgiwuMama woKholo
UMLAYEZO
NgiwuMama woKholo
Ngemukelekile
Ngingothethelelwe
ngiphephile
ngingokhethiwe
nginamandla
Ngingokhululekile
Ngingophelele
Ngimuhle
Ngiyincenye yomndeni kaKristu
Ngiyindodakazi kaNkulunkulu ayithandayo
IBHAYIBHELI
IzAga 31: 26 Uyawuvula umlomo wakhe ngokuhlakanipha,
nomthetho womusa usolimini lwakhe.
UMTHANDAZO
Ngiyabonga ukungenza ngibe yindodakazi yakho oyithandayo. NgiwuMama woKholo.
Hlephula lomlayezo wothando kubo bonke omama obaziyo.